DEMO - PREVIEW
Question:
1 / 1
DEMO
Time Remaining:
00:00:00

Umbuzo 2( 37 )

2.1 Ngamagama akho, chaza ukuthi yini oyiqondandayo ngegama “ubhalomagama” ( 2 )


2.1 Ngamagama akho, chaza ukuthi yini oyiqondandayo ngegama “ubhalomagama”


2.2 Ngokucabanga kwakho ithini incazelo yegama “insizakufunda/insizakufundisa”( 2 )


2.3 Chaza kafushane ukuthi yini ongayifaka ngaphansi ‘kwezinhloso zesifundo’ kanye ‘nokwaziwayo’ uma wenza uhlelo lwesifundo sokufundisa ubhalomagama. ( 10 )


2.4 Hlolisisa igrafu engenhla ku-2.1 bese wethula ngokuqhathanisa ubuhle nobubi obubonakalayo malungana nokusetshenziswa kwezinsizakufundisa ubhalo magama.( 4 )


2.5 Uma ucabanga isifundo sikaNksz Ngema singahlangabezana naziphi izingqinamba uma kubhekwa indlela yokusebenza kwezinsizakufunidisa zakhe? Bhala kube kuthathu. ( 6 )


2.6 Chaza kafushane ngokucabanga kwakho ukuthi kuqondweni ngala mazinga okusebenza nokusetshenziswa kwezinzisakufundisa: ( 10 )

2.6.1 Ezithuthukisa ukucabanga  

2.6.2 Ezihlaba umxhwele  

2.6.3 Ezithuthukisa ilukuluku lokufunda 

2.6.4 Ezinzima ukuziqonda 

2.6.5 Ezingahlobani nesifundo 

 


2.7 Izinsizakufundisa ziwumgogodla wokufundisa ukuqonda kancono isifundo. Ngabe lesi sitatimende siqinisile? Sekela impendulo yakho. ( 3 )




      
 
Copyright © SantsLMS 2024